Ngineme
Zamajobe
| Length : 03:59
Writer: E. Paliani, Z. Sithole
Composer: E. Paliani, Z. Sithole
Lyrics
Ngineme Ngaphenduka umama Kwaphel'ukuba ingane Manje nginosana Isizwe siyavuka Ngineme Ngaphenduka umama Kwaphel'ukuba ingane Manje nginosana Isizwe siyavuka INkos'ingithumele ingelosi Ingithumel'indoni yamanzi Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso Ngibonge umama nangosizo Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi Ebumnyameni Ngaphenduka umama Kwaphel'ukuba ingane Manje nginosana Isizwe siyavuka Ngineme Ngaphenduka umama Kwaphel'ukuba ingane Manje nginosana Isizwe siyavuka Nananaaa Na nana nanaaa Na nana nananaaa Tadada dada Tadada dadada INkos'ingithumele ingelosi Ingithumel'indoni yamanzi Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso Ngibonge umama nangosizo Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi INkos'ingithumele ingelosi Ingithumel'indoni yamanzi Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya uyinyenyezi Ngemihla ngihlale ngibal'izibusiso Ngibonge umama nangosizo Ngiyaziqhenya ngiyaziqhenya ubethwele yimi Yebo ngibong'iNkosi (Taalaa taalaa taalaa taalaa) Mina ngingumama (Taalaa taalaa taalaa) Yebo ngibong'iNkosi (Taalaa taalaa taalaa taalaa) Ngesibusiso (Taalaa taalaa taalaa taalaa) Ngibonge nothando Ongibonisa lona njalo
ERIC PILANI, ZAMAJOBE SITHOLE
Universal Music Publishing Group
This track is on the 2 following albums:
Ndoni Yamanzi
Zamajobe
Ndoni Yamanzi
Zamajobe