Sonile
Bhekumuzi Luthuli
| Length : 03:40
Writer: Bhekumuzi S. Luthuli
Composer: Bhekumuzi S. Luthuli
Lyrics
Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Mhlawumbi uNkulunkulu usewufulathele lomhlaba Ngenxa yezint'ezimbi ezenzeka kuwo Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Abantu bathand'imali ukwendlul'uNkulunkulu Isiphambano ngathi yimali eyakh'izulu nomhlaba Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Lungisel'umphefumlo wakho eZulwini Imali iyosala la emhlabeni kanye namathemba akho Kholisel'umphefumlo wakho eZulwini Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Ngiyasol'ukuthi (Sonile, sonile) Ngiyasol'ukuthi (Ngokuthand'imali ukwendlul'uNkulunkulu) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Hey imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane) Lomhlab'unamagumbi amane (Unamagumb'amane kuphela lomhlaba) Kodw'imikhuba yawo (Ngath'azinkulungwane)
BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI
Sony/ATV Music Publishing LLC
This track is on the 9 following albums:
Gospel Hits
Bhekumuzi Luthuli
Igazi Lami
Bhekumuzi Luthuli
Gospel Hits
Bhekumuzi Luthuli
Best Of
Bhekumuzi Luthuli
Igazi Lami
Bhekumuzi Luthuli
The Best Of
Bhekumuzi Luthuli
Igazi Lami
Bhekumuzi Luthuli
The Best Of
Bhekumuzi Luthuli
Gospel Hits
Bhekumuzi Luthuli